Liyavela ibhungu, 19, 'elidlwengule' intombazane, 12

2017-08-10 12:31

Cape Town - Kulindeleke ukuba livele namuhla (ngoLwesine) eNkantolo yeMantshi yasePitoli ibhungu elineminyaka engu-19 ubudala elibhekene necala lokudlwengula intombazane, 12.

Isigameko sezinsolo zokudlwengula senzeke ngoMsombuluko kubo kwale ntombazane.

OLUNYE UDABA: Yayingenalutho le ntombazane sithandana – Umdlwenguli

Umama wale ntombazane wayecabanga ukuthi iyageza ngesikhathi ebona okwakwenzeka esikhaleni sesicabha.

Okhulumela amaphoyisa uDaniel Mavimbela uthe: "Umsolwa waphuma ethoyilethi wabaleka. Yize kunjalo, waboshwa ngawo uMsombuluko ebusuku ngemuva kokuba isigameko sibikelwe amaphoyisa."

 - EWN

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.