Lizibulele ibhungu eligwaze labulala unina

2017-06-10 11:30

Chicopee — Abaphenyi eMassachusetts bathi umfana osemncane ugwaze wabulala unina ngaphambi kokubhekisa umbhobho wesibhamu ngakuye.

NgoLwesihlanu abameli behhovisi iHampden District bathe kunamacala amabili elokubulawa kowesifazane, 50, nelebhungu elineminyaka engu-15 ubudala elizibulele.

Izidumbu zitholakale emzini womndeni oseChicopee ngoLwesine.

OLUNYE UDABA:  Owesilisa ubulale unina emsola ngokuthakatha

Umama waleli bhungu, uMary Danehy, wabizwa esikoleni ukuba azolanda indodana yakhe, uJoshua Goyette, ngenxa yenkinga yokungaziphathi kahle.

Iziphathimandla zithi, uDanehy, ubenenqwaba yamanxeba okugwazwa emzimbeni kanti indodana yakhe ibulawe yinxeba elilodwa lokudutshulwa. Kutholwe isibhamu eduzane nesidumbu.

Izidumbu zitholwe ngemuva kokufika kwezicishamlilo kulandela ukukhala kwe-alamu.

Lezi zicishamlilo zifice ikhehla, uJohn Danehy, 88, elibatshele ukuthi lizwe umsindo nokuqhuma kwesibhamu ngaphakathi endlini


 - Associated Press

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.