Lizilengisile iphini likathishanhloko ebelifunwa 'ngokudla' imali yesikole

2017-06-14 12:29

Bulawayo - Iphini likathishanhloko waseMakhulela Primary School esifundeni iBulilima eZimbabwe lizilengisile lashona ngemuva "kokudla" imali yesikole engu-$500.

Uthishanhloko uNdolwane uthe uThemba Nyathi, 50, utholakale elenga ngentambo ophahleni lwendlu abehlala kuyona emagcekeni esikole ngoMsombuluko ekuseni.

Uthe uNyathi kusolwa ukuthi uzibulele njengoba iziphathiamandla bezimfuna ngemuva kokuba ayegcine ukubonakala ngesikhathi ethunywe ukuba ayokhipha imali engu-$500 ebhange. Imali wayikhipha kodwa akazange ayilethe esikoleni.

Lo thishanhloko kuthiwa ubesenenkinga yokuphuza utshwala ngokweqile.

UNyathi kuthiwa wake wazama naphambilini ukuzibulala, kungamaholidi esikole, esemzini wabazali bakhe e-Old Magwegwe Suburb, kwaBulawayo.

OLUNYE UDABA: Kushone owesilisa indlovu iwela phezu kwemoto

Isidumbu sakhe sitholwe ngomunye uthisha ahlala naye endlini.

"Lo thisha ubenezinsolo ngesikhathi engamboni uNyathi esikoleni ngoMsombuluko ekuseni, waya kombheka kanti uzomthola elenga egunjini lakhe lokulala,” esho.

Phambilini, uNyathi wabanjwa egibela esihlahleni ephethe intambo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.