Lizithanqaze ebhilidini lashona iphoyisa eThekwini

2016-07-06 16:02

Durban – Iphoyisa ebelisemsebenzini ligxume lisuka esitezi lathanqazeka phansi lashona ehhotela elidumile laseThekwini ngoLwesithathu ekuseni.

Ayicaci imininingwane ngalesi sigameko, kepha okhulumela amaphoyisa uLieutenant-Colonel Thulani Zwane uqinisekisile ukuthi leli phoyisa, 47, lijombe lisuka esitezi seshumi lashonela endaweni yesigameko.

OLUNYE UDABA: Ibangwa nezibi ingane ethanqazeke ebhilidini

"Leli phoyisa belisebenzela ePitoli kanti lize eThekwini lizokwenza uphenyo,” kusho uZwane.

Uthe amaphoyisa ayaphenya ngalesi sigameko esenzeke eBlue Waters Hotel.

Iziphathimandla zehhotela azitholakalanga ukuba ziphawule.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.