Lizoqondiswa izigwegwe iphoyisa elashayisa inja eKapa

2018-03-14 09:40

Cape Town – Iphoyisa elagibela ngemoto inja eyayilele emgwaqeni uNeptune Street e-Elsies River ngesonto eledlule lizoqondiswa izigwegwe.

"Sikwazile ukuthola ukuthi yiliphi lelo phoyisa ngemuva kokuthola isikhalazo ngalesi sehlakalo. Kwenziwe uphenyo ngalokhu kanti kuzoqalwa inqubo yokuqondiswa kwezigwegwe,"kusho umphathi wesiteshi uBrigadier Sandile Sonjani etshela abeNews24.

USonjani uthe inqubo yokuqondiswa kwezigwegwe ingathatha izinsuku ezingu-30.

Lolu daba olwavela ezindabeni zeNews24 ngomhlaka 2 kwephezulu ngesikhathi kuzungeza ivideo yalesi sehlakalo ezinkundleni zokuxhumana abantu bekhala ngesihluku saleli phoyisa.

Ngesikhathi kuvela lolu daba, uDkt Mpho Hlalele, onguMphathi jikelele we-Animal Anti-Cruelty League (AACL) in Epping, waqinisekisa ukuthi umnikazi wenja wafika kwinhlangano yakhe ehamba nayo.

OLUNYE UDABA: Kuthungathwa owabanjwa edlwengula inja

UHlalele uthi le nja kwadingeka ukuba ibulawe ngosuku olwandulela olwesigameko ngenxa yokulimala kabi.

UBelinda Abraham okhulumela iSPCA utshele abeNews24 ngesikhathi sesigameko ukuthi umsolwa watholakala enecala lokuphula uMthetho wokuHlukunyezwa kweziLwane ngezindlela ezimbili.

Okokuqala walimaza isilwane, okwesibili wahluleka ukusitholela usizo.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.