Lizothethwa ngo-Ephreli icala elibhekene nowe-ANC

2018-02-16 16:01

Johannesburg - Ikhansela le-ANC, elalisekomidini lezindlu kuMkhandlu waseGoli, uDan Bovu, kanye nomunye ayesebenzisana naye, bazovela enkantolo ngo-Ephreli ngezinsolo zokukhwabanisa nenkohlakalo, kusho uMeya uHerman Mashaba ngoLwesihlanu.

Icala lizothethwa eNkantolo yamaCala eMali eGoli kusukela ngo-Ephreli 13 ngemuva kokuba abasolwa bezinikele kwabomthetho ngenyanga edlule.

UBovu no-Isaac Mhlongo basolwa ngokuzama ukudayisa umhlaba wedolobha ngokungemthetho.

OLUNYE UDABA: Igwetshiwe indoda eyadlwengula isalukazi isikhombe ngomkhonto

"Kuyangijabulisa ukubona inqubekelaphambili ngecala, kwazise besekunesikhathi eside kuthulekile ngalo,” kusho uMashaba.

"Kwafakwa isiphakamiso emkhandlini ngoSepthemba 2017. Isiphakamiso sasigunyaza mina ukuba ngicele i-NPA inginikeze izizathu zokuthi kungani kunqatshiwe ukuba icala liyiswe enkantolo, nakuba ubufakazi obuqinile bukhona.

"Ngenhlanhla i-NPA yavumelana nesicelo somkhandlu, yathatha isinyathelo ukuqinisekisa ukuthi uBovu uyabhekana necala enkantolo.”

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.