Lizovela enkantolo ikhansela le-ANC elisolwa ngokuzama ukubulala

2017-06-14 11:00

Durban – Ikhansela le-African National Congress eThekwini lizovela eNkantolo yeMantshi ePinetown ngecala lokuzama ukubulala ngoLwesithathu, kusho amaphoyisa aKwaZulu-Natal ngoLwesibili.

Ikhansela liboshwe ngoMsombuluko. Kuthiwa ladubula lalimaza eSabelo Msomi, 27, endaweni yaseMpola, eDassenhoek, ngeSonto ngezithuba zabo-17:30, kusho uColonel Thembeka Mbhele.

Umholi weDemocratic Alliance esifundazweni, uZwakele Mncwango, uthi isigameko senzeke ngesikhathi ikhansela le-ANC limisa lona wesilisa obehamba nomngani wakhe emgwaqeni libasesha izikhali.

OLUNYE UDABA: Owesilisa uthi wadliswa izidakamizwa wadlwengulwa

Ngesikhathi lingatholi lutho, kuthiwa libashayile labakhiphela isibhamu.

Lidubule kathathu, enye inhlamvu yangena kuMsomi.

UMncwango uthi kunamahlebezi okuthi ikhansela lizame ukuvala umlomo umndeni ngo-R25 000.

UMbhele uthi bazophenya nangalezi zinsolo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.