Lizovela enkantolo iphoyisa ngecala lokubamba inkunzi

2017-11-17 07:04

Polokwane – Iphoyisa lomgwaqo lizovela enkantolo ngoLwesihlanu ngesinzolo zokuphanga ibhizinisi, kusho amaphoyisa ngoLwesine.

Iphoyisa elineminyaka engu-26 ubudala elisebenzela amaphoyisa omgwaqo aseHazyview, eMpumalanga, liboshwe ngoLwesithathu ngemuva kokuba abesilisa abane bebambe inkunzi isitolo sowokufika behlome ngezibhamu eLulekani, kusho uLieutenant Colonel Robert Netshiunda.

"Abesilisa abahlanu bebehamba ngemoto ebomvu ngesikhathi abathathu kubona bephuma behlasela isitolo sowokufika, bathatha imali engu-R2 000 kanye ne-airtime ka-R1 500," esho.

Kubikelwe amaphoyisa ngalolu daba, aphuthuma ngokushesha.

OLUNYE UDABA: Kuduke umfana ophazamisikeli emqondweni, othanda izitimela

"Bajahiwe abasolwa baze bashiya imoto yabo kuMica Road, babaleka ngonyawo bangena ehlathini. Umshayeli wemoto, okutholakale ukuthi uyiphoyisa, uboshiwe ngesikhathi ezama ukubaleka,” kusho uNetshiunda.

Amaphoyisa asathungatha abanye abasolwa, esho.

"Umsolwa uzovela eNkantolo kaMantshi eLulekani ngoLwesihlanu ngecala lokuphanga ibhizinisi,” esho.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.