Luhanjiswe esibhedlela usana olutholakale lulodwa endlini

2016-07-24 11:01

Johannesburg -  Ingane ebibonakala inganakiwe itholakale emzini oseRooderpoort yahanjiswa esibhedlela ngosizo labezimo eziphuthumayo.

Abe-ER24 babizelwe kulo muzi ngoLwesihlanu ukuba bazosiza ngosana obelukhala lodwa endlini,” kusho uChitra Bodasing wabosizo lokuqala.

OLUNYE UDABA:Lutholakale lushonile usana olwalulahlwe ugogo ngenxa kanina

Abosizo lokuqala babizwe amaphoyisa kanye nabaqaphi bomphakathi, kanti lolusana okusolakala ukuthi lunezinyanga ezimbili belubanda, kubika i-Africa News Agency.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.