Lungahle lubuye uhlelo i-Zola 7 kumabonakude

2016-08-16 10:01

Durban - Umculi kanye nomlingisi uZola unethemba ngokubuyiswa kohlelo olwaluyintandokazi iZola 7, kubika iTimeslive.

UZola ogama lakhe langempela uBonginkosi Dlamini, uthe kunamathuba amahle okuthi kubuyiswe lolu hlelo.

OLUNYE UDABA:Bekungathi bachathwe ngopelepele abalendeli ngolukaZola

“Ngithole ucingo oluvela komunye umuntu onentshisekelo yokubuyisa lolu hlelo. Uma lolu hlelo lubuyiswa, kuzomele kube ngokwemigomo nemibandela yami,”kusho yena.

Kulolu hlelo, lo mculi ubesiza abantu abasha bakwazi ukubhekana nezingqinamba abahlangabezana nazo kusukela kwezemfundo kanye nokuthola uxhaso lwezimali.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.