Lusasebenza kahle uhlelo lokubhalisela umazisi online - Umbiko

2016-04-14 07:30

Pretoria – Izinkulungwane zabantu zibhalisele amakhadi omazisi kanye namaphasiphothi online ngemuva kokuthi uMnyango wezaseKhaya uthole uxhaso emabhange amakhulu ukuze kuqhutshwe lolu hlelo.

UMqondisi-jikelele walo mnyango uMkuseli Apleni uthe: “Uhlelo lwe-eHomeAffairs luqale ngesonto eledlule kanti kuze kube manje, bangu-4088 abantu asebebhalisele omazisi kanti bangu-140 abanezicelo eseziphumelele.

“Kwakuhamba kancane ngosuku lokuqala ngoba kwafakwa izicelo ezingu-229, zaba ngu-1687 ngosuku lwesibili kanjalo kanjalo.”

OLUNYE UDABA:Zimkhalele ozame ukusebenzisa umazisi womunye

U-Apleni uthe lolu hlelo luzosiza izakhamuzi zakuleli zikwazi ukubhalisa futhi zikhokhe zisemakhaya noma emisebenzini. Kuyashesha kanti futhi ayisekho indaba yokuma emigqeni emide emahhovisi alo mnyango.

Amabhange abambe iqhaza kulokhu i-ABSA, First National Bank, Nedbank kanye ne-Standard Bank. Kanti okwamanje lolu hlelo lundlalelwe kumagatsha angu-11 alawa mabhange, kubika i-IOL.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.