Lushonele ezandleni zikayise usana olulunywe yizinja ekhaya

2017-11-09 19:28

Cape Town – Ishonele ezandleni zikayise ingane yentombazane enezinyanga ezingu-14 ubudala elunywe yizinja zakubo.

Ingane ishone uyise eyiphethe elinde usizo, olugcine lufike selidume ladlula.

Isigameko senzeke epulazini elincane lomndeni elingaseRiverlands, eMalmesbury ngoLwesine ekuseni, kusho okhulumela amaphoyisa eWestern Cape Police uCaptain FC van Wyk.

Kukholakala ukuthi umama ubehamba namadodakazi akhe amabili beyolanda okuthize emotweni ngesikhathi sesigameko.

Ingane ibihamba phambi kukanina ngesikhathi kuqhamuka izinja zabo ezimbili ziza kubona.

UVan Wyk uthe ingane ibizama ukuthinta enye yezinja ngesikhathi ziyihlasela ngokuphazima kweso.

OLUNYE UDABA: Isindile intombazane,15, edutshulwe amahlandla angu-9

Uthi umama uzamile ukusindisa ingane yakhe, kodwa izinja zamhlula ngamandla.

Amaphoyisa athi umlimi oneminyaka engu-50 ubudala, okukholakala ukuthi ubesemsebenzini ngesikhathi sesigameko, ubelokhu eyiphethe ingane yaze yathulela ezandleni zakhe.

Ngesikhathi kufika abosizo lokuqala, ibisishonile.

Amaphoyisa asevule idokodo, aqalisa uphenyo. Izinja sezithathwe yiziphathimandla.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.