Lutholakele uthango olwebiwe eSoweto Country Club

2018-01-26 13:59

Johannesburg - Uthango olungabiza imali elinganiselwa ku-R80 000 olwebiwa eSoweto Country Club, kibikwa ukuthi selutholakele.

IMeya yaseGoli uHerman Mashana uthe uthango lutholwe emafulethini ase-Eldorado Park, eningizimu yeGoli.

Ukutholwa kwalolu thango kube yizithelo zomsebenzi weGroup Forensic and Investigation Services (GFIS), amaphoyisa kazwelonke nawakwamasipala.

OLUNYE UDABA:Uthango lwezindodla luyawa emzini kaZuma eNkandla

UMashaba uthe uzwe ngalolu daba kuleli sonto. "Ngibikelwe ukuthi izigebengu bezilokhu zilusika kancane kancane uthango kusukela ngoDisemba wonyaka odlule," esho.

"Kubuhlungu ukuzwa ukuthi lolu daba lwabikelwa amaphoyisa endawo kodwa aluzange lusukunyelwe phezulu. Ngibe sengithintana nethimba le-GFIS ukuba liphenye udaba ukuqinisekisa ukuthi izigilamkhuba ziyaboshwa."

UMashaba uthe uthango beluyingxenye yomsebenzi wokulungiswa kweSoweto Country Club. 

Nakuba uthango selutholakele, bekungakaboshwa muntu.

 - TimesLive

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.