Luya ngokujiya elikamfundisi waseThekwini nesitabane

2016-07-12 20:31

Durban – Uthi naye uzovula icala lokusatshiswa uMfundisi Lungi Magwaza ophinde abe ngumsakazi weMbokodo FM, odume ngelikaPastor Lungi M.

Lokhu kuhlaluke ngesikhathi evele eNkantolo yeMantshi yasePinetown ngoMsombuluko.

UMagwaza wafakwa enkantolo nguNonhlakanipho Zungu kulandela ukuthi emxoshile esontweni lakhe ngoba eyisitabane.

Lo mfundisi kuthiwa washiya angalazi ethuka uZungu enkulumweni eqoshiwe kaWhatsApp.

OLUNYE UDABA: Uthi akazisoli umfundisi waseThekwini othuke isitabane

Kulo myalezo kuthiwa lo mfundisi wathi uxoshe lo wesifazane ebandleni lakhe ngoba akafuni athelele izingane ezisakhula ngomoya wobutabane.

Waqhuba ngokuthi lo wesifazane uyisoni esimele ukujeziswa kanzima njengokusho kweBhayibheli.

UMagwaza wavuma ukuthi uxoshe amalungu amabili esifazane ebandleni ngoba ayeshela amantombazane.

Thola udaba oluphelele kuSolezwe.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.