UMaimane ufuna iPhalamende lixoshe uZuma

2017-03-31 07:34

Johannesburg - UMholi we-Democratic Alliance uMmusi Maimane ucele izakhamuzi zakuleli, iNingizimu Afrika ukuba ibe yimbumba ivikele ukubusa ngokwentando yeningi noMthethosisekelo wezwe ngemuva kokuba uMengameli Jacob Zuma ekhombe indlela uNgqongqoshe wezeziMali uPravin Gordhan neSekela lakhe uMcebisi Jonas.

"UMengameli usephinde watshengisa ukuthi akanendaba nekusasa lezwe lethu - noma izakhamuzi zakuleli ezingu-9 million ezingasebenzi.

OLUNYE UDABA: Buka izinguquko ezenziwe uMengameli Zuma

"YiPhalamende elaqoka uZuma esikhundleni sobuMongamelo yilo futhi elingamkhomba afika ngayo. Ngakho sinxusa amaqembu epolitiki, kubalwa ne-ANC ukuba ivotele ukwehliswa kukaZuma esikhundleni."

UMaimane uthe sekuyisikhathi sokuba iNingizimu Afrika isukume ivikele okwalewelwa kwafelwa yiningi.

NgoLwesine ebusuku uZuma umemezele ukuthi uNgqongqoshe woMnyango wezaseKhaya uMalusi Gigaba usenguNgqongqoshe wezeziMali omusha kanti isekela lakhe nguSifiso Buthelezi.

UZuma wenze lezi zinguquko phakathi nobusuku.

- Twitter:

 - ANA

- eNCA

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.