UMaimane useshaya ungqimphothwe ngokungayincengi i-EFF

2018-03-13 09:30

eKapa -  Umholi weqembu eliphikisayo iDemocratic Alliance (DA) uMmusi Maimane usezehlisile ku-Economic Freedom Fighter (EFF).

Lo mholi utshele abe-Eyewitness News ukuthi ukulungele ukungena ezingxoxweni laleli qembu ukuze bagweme ukuya evotini lokungamethembi uMeya waseNelson Mandela Bay u-Athol Trollip.

UMaimane usho lokhu ngemuva kwenkulumo yakhe yokuthi kungamane kuphele ubudlelwano babo nakwamanye amadolobhakazi lapho ababusa khona ngosizo lombimbi.

NgoMsombuluko lo mholi we-DA utshele izintatheli esithangamini sabezindaba ukuthi kungamane kuphele ubumbano kodwa ngeke bavumelane nokuthathwa komhlaba ngaphandle kwesinxephezelo.

OLUNYE UDABA:IDA ithi kungamane kuphele umendo wayo ne-EFF ngodaba lomhlaba

“Sizophikisana nakho, sizokulwisa, sizobeka awethu amaphuzu azwakalayo futhi sinethemba lokuthi sizophumelela,"kusho yena esithangamini sabezindaba.

Lokhu kuveze ngokusobala ukuthi akukho ukuvumelana nokubuyisana okungenzeka phakathi kwalawa maqembu, kodwa uMaimane uthi bakulungele ukungena ezingxoxweni.

"Sikulindele ukuxoxisana nabo futhi ngiyazi ukuthi nasemazingeni aphansi komasipala zikhona izingxoxo ezibanjwayo. Ngikulungele ukubonisana ne-EFF ngalolu daba.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.