MAMGOBHOZI: Kuncipha impahla ekhiqizwayo kwenyuke inani, kudlalwa ngathi

2017-11-23 16:03

eThekwini - Kungani abakhiqizi bebona kufanelekile ukuba badlale ngabathengi?

Yingoba bebona ukuthi asinakho ukuzikhethela kumele samukele lokhu abasinika kona noma bayazi ukuthi imikhiqizo yabo siyithanda kakhulu ngeke sikwazi ukuyiyeka, noma ukusidelela ngoba bebona singasile kahle emakhanda?

Isuka kuphi indaba ka-Coca-Cola yokunciphisa amabhodlela kadilinki kodwa imali isafana. Hhayi, ungangitsheli ngendaba yeSugar Tax!

Usuke wanaka ukuthi amabhodlela ka-500ml awasekho sekukhona u-440ml kodwa uma ubheka inani limi ku-R14.40? Ngoba senzeni njengempela.

OLUNYE UDABA:Sezidlule ku-R600m izindleko zokucekelwa kwempahla emanyuvesi: Nzimande

Akayedwa uCoca-Cola kulokhu, naba nabama-network omakhalekhukhwini, basijwayeza ama-data ngoba futhi bayabona ukuthi siyathanda ukuhlala si-online, banyusa inani kodwa hhayi amadata.

Yini-nje le nto eyenziwa wu-Vodacom ukuba u-1Gigabyte ubiza u-R149 kodwa awuqedi ngisho isonto, uthi usanda kuwuthenga nje bese ulokhu ulandelwa yimilayezo engapheli. Ubona kukhuphuka amanani kancane kancane, kodwa usathola okufanayo, ngendlela efanayo.

Siphenduka izigqila zabakhiqizi nezigqila zentela, sikhokha sikhokhile kodwa lutho intuthuko impilo imi endaweni eyodwa.

Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi ezishicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.