Uboshiwe okushone intombi bezitika ngocansi

2016-11-08 12:34

Lagos - Indoda iboshelwe icala lokubulala ngemuva kwezinsolo zokuzibandakanya ocansini nentombi yayo yaze yashona, kusho amaphoyisa aseNigeria.

Amaphoyisa ase-Ibadan athe abophe indoda eneminyaka engu-50 ubudala ogamalayo nguFatai Busari, ngemuva kokuphuza umvusankunzi yase yenza ucansi nentombi yayo uSadiat Adejuwon, 48, amahora amaningi.

Le ndoda isejele lase-Agodi njengoba kusalindwe ibheyili.

OLUNYE UDABA: Uxolisile ophuza umvusankunzi esefakwe enkantolo

Ngokusho kophenyo lwamaphoyisa, uBusari no-Adejuwon bese bethandane izinyanga eziningi. Bobabili bebenza umsebenza wokunlanza umgwaqo.

NgoMsombuluko ngezithuba zabo-15:00, uBusari no-Adejuwon baya efulethini la afika aphuza khona umvusankunzi.

Lezi zithandani zabe sezizitika ngocansi amahora amaningi, ngokuhamba kwesikhathi uBusari wabona ukuthi u-Adejuwon akasanyakazi.

Wabe esehlola isitho sangasese sentombi wathuka esebona igazi eliningi, wafuna usizo kodwa ngeshwa u-Adejuwon washona.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.