"Mina nomyeni wami sashada ngemuva kwenyanga sithandana"

2016-08-03 13:30

Johannesburg - Intokazi eyaziwa ngokuphila impilo enobukhazikhazi uPuleng Mash-Spies uzodlala ohlelweni lwabashadikazi bakuleli i-Jozi Divas.

Le ntokazi itshele abaphephabhuku iDrum ukuthi yena nomyeni wakhe bathandana inyanga eyodwa ngaphambi kokuba babophe elikasofa silahlane.

UPuleng uthi umyeni wakhe uFrank mudala kunanye ngeminyaka elinganiselwa kwengu-20.

OLUNYE UDABA:Ubumnandi bethu abusisizi ukuthi sithole umendo

“Ngimubiza ngesigora sami esimnene. Ungumuntu onenhlonipho, kwathi sekuphele amasonto amabili sithandana wabe eseshayela umama wami ucingo emtshela ukuthi ufuna ukuba neqiniso enze okufanalekile ngami,”kusho yena.

Le ntokazi ithi umyeni wakhe wamkhokhela ilobolo ngenyanga elandelayo. Yize kumnandi emendweni uPuleng uthi ukugana iikhehla lo mlungu akulula neze ngoba abantu bahlezi bemnyonkoloza uma ehamba nomyeni wakhe kodwa uthi akanendaba nezinkulumo zabantu.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.