Mkhulu umdlalo womkhaya baseTshwane kunowabaseSoweto - Mosimane

2018-02-27 11:00

Johannesburg - Umqeqeshi weMamelodi Sundowns uPitso Mosimane uthi umdlalo womkhaya baseTshwane mkhulu kunalowo womkhaya baseSoweto uma kukhulunywa ngezinga lebhola elidlalwayo.

Kule mpelasonto i-Orlando Pirates izobhekana nezimbangi zayo ezinkulu iKaizer Chiefs eFNB Stadium emdlalweni othathwa njengophezulu eNingizimu Afrika.

Nakuba lo mdlalo eminyakeni edlule ubungafinyeleli ezingeni elilindelwe, uMosimane uyavuma ukuthi umlando wala maqembu kanye nokuba nabalandeli abaningi ngeke kwashaywa indiva.

UMosimane uqhathanise le midlalo ngemuva kokuba ezakhe zibambane neSuperSport United ngo-1-1 kowomkhaya baseTshwane eLucas Moripe Stadium ngoMgqibelo.

OLUNYE UDABA: UKomphela ukhala ngokwehluleka ukugqobhoza udonga lweCeltic

Uthi kodwa ngokwakhe ukubona, umdlalo womkhaya baseTshwane mkhulu enkundleni, hhayi ngezihlwele.

"Kuzomele ukuqonde ukuthi ineminyaka emingaki iSuperSport United nokuthi futhi ineminyaka emingaki iMamelodi Sundowns.

"Abantu baseTshwane kumele bawubukele umdlalo womkhaya baseTshwane. Umdlalo omkhulukazi womkhaya lo. Umdlalo omnandi futhi.”

UMosimane uthi ezakhe zidlale kahle zibhekene naMatsatsantsa abenodonga oluqinile lwasemuva.

AmaBrazilian emdlalweni olandelayo azobhekana namaZulu eKing Zwelithini Stadium ngoLwesihlanu (18:00).

- KickOff.com

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.