"Intombi yami yeba imoto yami"

2016-05-13 12:37

Johannesburg - Ngesikhathi uBoy Molefe evumela intombi yakhe ukuthi ishayele imoto yakhe ukuze ezoya esibhedlela ngenyanga ephelile wayengazi ukuthi uyayigcina.

Le ndoda eneminyaka engu-34 ubudala wasePhooko eKatlehong eKurhuleni utshele abeDaily Sun ukuthi ngesikhathi egula intombi yakhe eneminyaka engu-21 ubudala, umama wayo nomfowabo bamuhambisa esibhedlela eThelle Mogoerane ngemoto yakhe yohlobo lwe-VW Polo emnyama kodwa abaphindanga bamulanda.

OLUNYE UDABA:'Intombi yebe isidumbu sesoka'

"Ngisola ukuthi yayicabanga ukuthi ngizoshona mase yona ithatha imoto yami. Ayikaze ize ingivakashele nokungivakashela," usho njalo.

UMolefe uthe isinqandamathe sakhe yiso ebesizothola konke okwakhe uma kukhona okwenzekayo kuye, yiso esibhaliwe emabhukwini ngopba ubehlose okuhle ngaso.

"Ngifuna abuyise imoto yami, iphutha engalenza ukumfundisa ukushayela.

"Sengakengazama ukuyithola kodwa akangiyazi ukuthi iphi. Sasijabulile sobabili kodwa manje ukumcabanga nje kkukukodwa  kuyangigulisa kuvele kuthi xhufi inluziyo," usho njalo.

Ngesikhathi abeDaily Sun bexhumana nentombi kaMolefe ivele yababuza ukuthi akukho yini okuncgono abangakubhala waphinde wathi iphephandaba aliyeke ukuthanda izindaba zabantu wase esola intatheli ngokulala noMolefe.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.