Nakhu esikulindele kuMengameli wezwe namuhla

2018-02-16 19:33

eThekwini -  Asefike wonke amaqembu ezepolitiki, oNgqongqoshe, osaziwayo kanye nezihambeli ezimenyiwe emcimbini wokuvulwa kwephalamende nokwethulwa kwenkulumo kaZwelonke.

Le nkulumo ezokwethulwa nguMengameli wezwe uCyril Ramaphosa iyona ezocacisa kabanzi ngesimo sakuleli mayelana nalokho okuzuzwe yileli lizwe, umsebenzi omkhulu okumele wenziwe futhi anikezele ngomhlahlandlela ozocacisela izwelonke ukuthi sibheke kuphi siyizwe.

Izinto ezimbalwa ezilindeleke ukuba zidingidwe wumengameli kanye nalezo ezifiswa ngabantu bakuleli yilokhu:

- Ukuqinisekisa ukuhanjiswa kwezidingo-ngqangi zikahulumeni ebantweni.

- Wukuthuthukisa izindawo zasemakhaya, ikakhulukazi ngezinsiza ezifana namanzi, wugesi

- Wukuthuthukiswa kwengqalasizinda, ikakhulukazi imigwaqo, namabhulohwe ezindaweni lapho abantu babanenkinga uma kuke kwaba nezikhukhula.

- Ukuqhamuka namasu kanye namaqhinga okudala amathuba emisebenzi, kanye nokubhekelela labo abahola utiki.

- Ukulungiswa kwezikole, yimitholampilo, kanye nokuvuselela kwezakhiwo ezizisa imiphakathi.

Ngabe yikuphi okunye okubalulekile uMengameli engakuphakamisa ukuze kuthuthuke izakhamuzi zakuleli?

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/Africa
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.