Nakhu okuhlanu okugqamile embikweni wemfundo yamahhala

2017-11-13 16:01

Johannesburg - NgoMsombuluko uMengameli Jacob Zuma ukhiphe umbiko obubhekwe ngabomvu wekhomishini kaHeher mayelana nemfundo yamahhala ezikhungweni ephakeme zemfundo kuleli.

Lo mbiko uveze ukuthi uyalihlonipha ilungelo labantu baseNingizimu Afrika lokuthola imfundo ephakeme kanjalo nomsebenzi woMbuso wokuqinisekisa ukuthi uyakufezekisa lokhu. Nokho uphinde wagqamisa nomnotho wezwe ontengayo, okusho ukuthi imfundo yamahhala ngeke ikwazi ukuba khona okwamanje.

Ikhomishini kaHeher yasungulwa ukuze yeluleke uMengameli Zuma ekutheni kuphenywe ukuthi kungenzeka yini ukuthi kube nemfundo yamahhala kuleli, kulandela imibhikisho ezikhungweni zemfundo ephakeme kuleli ngo-2015 no-2016.

Nanka amaphuzu ayisihlanu agqamile kulezi zincomo zombiko:

  1. Ayikho imali eyeneke kuhulumeni ukuba kuhlinzekwe abafundi ngemfundo yamahhala.
  2. Abafunda kuma-TVET kumele bathole imfundo yamahhala, lapho kunesidingo khona kumele bathole uxhaso lokufunda.
  3. U-R50bn kumele uthathwe kwi-Unemployment Insurance Fund (UIF) ukuze kuthuthukiswe ingqalasizinda kuma-TVET.
  4. Abafundi abafunda ezikhungweni ezizimele nezingaphansi kukahulumeni kumele bahlinzekwe ngosizo ngokohlelo lukahulumeni lwe-Income-Contingency Loans abangaluthola emabhange.
  5. Labo abanayo imali yokukhokha, mabakhokhe. Abafundi bazoqala ukukhokha imali abebefunda ngayo kuphela uma sebefinyelele ezingeni elithile lomholo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.