Nakhu okwenze uBabes Wodumo kukhulunywe ngaye ngapha nangapha

2017-08-29 14:02

Johannesburg – Umculi wakuleli ophinde abe ngumdansi, uBabes Wodumo, nogama lakhe langempela uBongekile Simelane, usephinde waba sematheni kuleli. Kodwa-ke ngeshwa kulokho akekho okhuluma ngezingoma zakhe ezishisa izikhotha noma imidanso yakhe.

Lo mculi wodumo lwengoma esihloko sithi Wololo ufake i-video ezinkundleni zokuxhumana lapho ecela khona abantu ukuthi ulahlekelwe i-USB enengoma yakhe ebingakaqedelelwa ukudidiyelwa esihloko sithi  ‘Ghanda Ghanda’.

Lo saziwayo uphinde atshele bonke abalandeli bakhe ukuthi noma ngabe ngubani othathe i-USB useyikhiphile le ngoma kanti yena (uBabes Wodumo) angathanda ukuthi noma ngabe ubani one-link yale ngoma ayithumelele kuyena ngqo. “Uma une-link yale ngoma ungithumelele yona nge-DM noma ngeFacebook ukuze ngizozoma ukuyicisha,” kunxusa uSimelane kule video.

OLUNYE UDABA:ISITHOMBE: Umsunguli weFacebook nonkosikazi babusiswe ngenye ingane

Kodwa-ke esikhundleni sokumsiza, abantu banikele kuTwitter behlekisa ngendlela lo mculi asebenzise ngayo amagama kule video.

“Manje ngokukaBabes Wodumo kune-link yokucisha ingoma kwi-USB elahlekile? Ngabe ezobuchwepheshe noma ubuthakathi?” ubhale kanjalo u-@mO_Moremi kuTwitter.

“UBabes Wodumo uqhamuka nezinto ezintsha! Maduzane sizodinga i-memory stick eyodwa ukucisha zonke izinkinga zethu. Qhubeka!” kusho u-@ChristoThurston kuTwitter.

Ngokuhamba kwesikhathi, uBabes Wodumo, uthe isitholakele le USB abethe ilahlekile, wangeza ngokuthi ingoma izokhishwa kusasa kuma-iTunes. 

Lokhu bekungesikhona okokuqala uBabes Wodumo eba sematheni ezinkundleni zokuxhumana. Ngaphambilini i-#BabesWodumoChallenge yaba sematheni ezinkundleni zokuxhumana ngemuva kokuba uBabes efake ezinkundleni i-video lapho ayebhodla umlilo ngokungawini kwakhe ngisho indondo eyodwa emncintiswaneni wokuklomelisa ngezindondo waminyaka yonke, ama-SAMA kulo nyaka. 


Pls Guys ?????????????? #Ghanda Ghanda wase #westinkrecords Nkulunkulu Wami.

A post shared by Bongekile Simelane (@babes_wodumo) on

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.