Nalu uhlu losaziwayo abahola kakhulu kunabo bonke

2017-06-13 11:05

New York – Usaziwayo waphesheya ongomrepha kanye nosomabhizinisi, uSean "Diddy" Combs uhamba phambili ohlwini lwephephabhuku iForbes losaziwayo abangu-100 abahola kakhulu kunabo bonke emhlabeni.

 Leli phephabhuku lithi lo lo mculI odume ngelika-Puff Daddy – nowavela kwi-cover yokuqala yoshicilelo lwe-Forbes lwesi-100 ngonyaka ka-1999 – wenze imali engu-$130m kusukela ngomhlaka-1 June 2016, kuya kumhlaka-1 Juni 2017.

Inkampani kaDiddy, iBad Boy Family Reunion Tour, ingxenye yamasheya akhe kuCiroc vodkakanye nokudayisa ingxenye ethile yezimpahla zakhe zokugqoka zelebuli iSean John, konke kubambe iqhaza kule mali ayenzile.

OLUNYE UDABA: BUKA: Ukhale izinyembezi usaziwayo ethula okokugcina uhlelo lukamabonakude

Endaweni yesibili kuhleli umculi oyintandokazi emhlabeni wonke, uBeyoncé, nowenze isamba semali engu-$105m.

Endaweni yesithathu kuhleli umbhali wencwadi ephinde ibe yi-movie, iHarry Potter, uJK Rowling, nowenza u-$95m.

Umrepha wodumo, uDrake, wenze u-$94m kwase kwathi umdlali webhola ongaconsi phansi nongowokudabuka ePortugal, uCristiano Ronaldo, yena wangena kwabahlanu abaphambili njengoba enza u-93m.

ZIBONELE UHLU OLUPHELELE LAPHA.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.