Namanje kusathungathwa abasolwa ngokubulala uthishanhloko e-KZN

2017-03-30 14:09

Pietermaritzburg - Amaphoyisa asathungatha abasolwa ngokubulala ibamba likathishanhloko esikoleni iLaduma High yize sekuphele amasonto amabili kwenzeka isigameko.

UPriscilla Mchunu wadutshulwa wabulawa efundisa abafundi bakamatikuletsheni kuso lesi sikole.

UMchunu wadutshulwa ngezinhlamvu ezingu-12 phambi kwabafundi bakhe efundisa ngempelasonto yangomhlaka-18 kwephezulu.

OLUNYE UDABA:Kuhlaselwe uthishanhloko osolwa ngokuthakatha othisha eThekwini

Ngokuthola kwe-EYETHU News, okhulumela amaphoyisa esiteshini samaphoyisa asePlessislaer, uCaptain Musa Ntombela, uqinisekise ukuthi akukaboshwa muntu kodwa akusekudala baboshwe abasolwa.

"Amaphoyisa asebenza ubusuku nemini ethungatha abasolwa ngaleli cala. Okwamanje bekungakaboshwa muntu.

"Siyacela kunoma ngubani onolwazi olungaholela ekutheni kuboshwe izigilamkhuba abikele amaphoyisa," kuqhuba uNtombela.

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.