Namanje ubengakaveli obambe iPowerball ka-R87m

2016-07-27 10:01

Johannesburg - Inkampani eyengamele i-Lotto kuleli, iThuba, ibungaza  ukuqontshwa kwemali enkulu kunazo zonke emlandweni wePowerball kuleli.

Kodwa namanje abantu baseNingizimu Afrika abazi ukuthi ubani lo muntu owine imali engu-R87 624 435 ye-Powerball nokuthi ukephi.

“Ngicabanga ukuthi namanje umuntu owinile ubengakalivezi ithikithi lakhe ukuze ezothola imali, noma basathukile ukubona ukuthi ngempela amaphupho ayafezeka,” kusho oweLotto uCharmaine Mabuza.

Funda nalolu daba: Ona-50 ukhulelise ingane ena-15

Owinile wathenga ithikithi le-Quick Pick lika-R20 ngaphambi kwehora nemizuzu engu-15 kutonyulwe izinamba.

UJohn Mphosi ungumnikazi weGlobal Filling Station eMokopane, eLimpopo lapho lathengwa khona leli thikithi. Uthi uzizwa sengathi uyena owinile ngendlela ajabule ngayo.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.