Namanje uSparrow akakayikhokhi ahlawuliswa yona

2016-12-27 11:01

Johannesburg - UPenny Sparrow, owaduma ekuqaleni kwalo nyaka ngesikhathi efanisa abantu abamnyama nezinkawu ima esazoyikhokha imali ahlawuliswa yona yinkantolo ngakusho.

USparrow wayalelwa iNkantolo yokuLingana eScottburg ukuba anike inhlangano i-The Oliver and Adelaide Tambo imali engu-R150 000.

OLUNYE UDABA: Uhlawuliswe u-R150 000 owabiza abamnyama ngezinkawu

USparrow waphinde wahlawuliswa imali engu-R5 000 noma izinyanga ezingu-12 ejele ngemuva kokuvuma icala lokuthuka inhlamba.

Kodwa ngemuva kwezinyanga eziningi le mali ibingakakhokhwa.

Sekucishe kuphele unyaka selokhu uSparrow abiza abantu amanyama ngezinkawu enkundleni yezokuxhumana iFacebook kwacasuka izakhamuzi zakuleli.

 - eNCA

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.