Nansi imali etholwa abahlabana nezindondo kuma-Olympic

2016-08-18 12:30

Durban – Sekukhishwe uhlu lwemali etholwa yilabo abasuke behlabene nezindondo bemele amazwe abo emidlalweni yama-Olympic, nokho-ke akuwona wonke amazwe akhipha imiklomelo.

ENingizimu Afrika kumi kanje:

Uma umdlali ethole indondo yegolide uklonyeliswa ngo-R500 000, isiliva ihambisana no-R250 000 kuthi indondo yethusi iphelezelwe u-R100 000.

Kuphinde kwavela ukuthi abasuke bethole izindondo bahlukaniselana le mali nabaqeqeshi babo.

OLUNYE UDABA: Video: Uqhuliswe 'yinduku' owesilisa kuma-Olympic

Uma uthole igolide – wena uthatha u-R400 000 kuthi umqeqeshi wakho athole u-R100 000, isiliva kuba ngu-R200 000 wowinile bese u-R50 000 kube ngokamqeqeshi.

Othole eyethusi ugoduka no-R80 000 kuthi umqeqeshi wakhe athole u-R20 000.

Uma niyiqembu, imali yendondo kumele icazelwe bonke abadlali ngokulinganayo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.