Nazi izifo ezibhubhisa kakhulu abantu baseNingizimu Afrika

2018-03-31 11:37

IStatistics South Africa ikhiphe umbiko wonyaka i"Mortality and Causes of Death" ngoLwesibili, obucubungula ngezigameko zokufa kwabantu abangu-456 612 ngo-2016.

Nazi izifo ezihambe phambili ngokubulala abantu kuleli ngo-2016.

1. Isifo sofuba (Tuberculosis)

Lesi sifo sibulale abantu abangu-29,513, okungu-6.5% wezibalo zokufa kwabantu kuleli. Yize zehlile izibalo zabantu ababulawa yi-TB kuleli, kusho iStats SA, kepha sisahamba phambili njengembangela yokufa kwabantu kuleli.

2. Isifo sikashukela (diabetes)

Lesi sifo sibulale abantu abangu-25 255 ngo-2016. Ngo-2013 isifo sikashukela sasisendaweni yesihlanu ngokubulala abantu eNingizimu Afrika, kwathi ngo-2014 sanyukela endaweni yesithathu njengoba ngo-2016 sisihlezi kunombolo 2.

3. "Ezinye" izifo zenhliziyo

Lezi zifo zona kuthiwa zabulala abantu abangu-23,515 ngo-2016. 

4. Izifo eziphathelene ne-stroke

Izifo ezihambisana nokufa uhlangothi zabulala okungenani abantu abangu-23 137 ngalowo nyaka.

5. Isandulela ngculazi (HIV)

Lesi sifo sibulale abantu abangi-21 830 ngo-2016.

* Lezi zibalo azizibandakanyi ezabantu abashona ngokubulawa, ezingozini noma ukudliswa.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.