Nephoyisa lisale enkundleni kubulawa abasolwa abangu-8

2017-06-05 14:01

Durban - Amaphoyisa aKwaZulu-Natal asekuqinisekisile ukuthi  abantu abangu-8 abasolwa ngokuhlela ukuqhumisa i-ATM badutshulwe bashona esigamekweni esenzeke eHammarsdale ngaphandle kwaseThekwini.

Kulesi sigameko amaphoyisa athi kudutshulwe kwashona nelinye lamaphoyisa.

Amaphoyisa – okubalwa kuwona uphiko lweNational Intervention nolwe-K9 – abikelwe ngezigebengu ebezihlela ukuqhumisa i-ATM elokishini laseMpumalanga, phakathi kwamabili ngeSonto, anikela khona.

Okhulumela amaphoyisa uJay Naicker uthi amaphoyisa ngesikhathi efika endaweni yesigameko, ahlaselwe ngabasolwa.

"Amalungu ethu atholane phezu nabasolwa (kudutshulwana) kwashona iphoyisa elineminyaka engu-44 ubudala,” esho.

OLUNYE UDABA: I-ANC izomangalela iphephandaba

UNaicker uthe abasolwa bazame ukubaleka kodwa amaphoyisa alokhu ehleli ezithendeni zabo.

Abasolwa, uthi batholakele ngokuhamba kwesikhathi ehlathini eliseduzane, kwaphinde kwakhona okunye futhi ukudubulana.

Abasolwa bathathu badutshulwe bashonela khona lapho.

“Amaphoyisa alandele abanye futhi abasolwa, abatholakale endaweni yaseMopela. Nalabo kubenokudubulana, kwashona abanye abasolwa abahlanu,” kuqhuba uNaiker.

Amaphoyisa athi ashaqe izibhamu, yiziqhumane kanye nezimoto ezimbili endaweni yesigameko.

 - ECR

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Senior Investment Analyst

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R775 000.00 Per Year

C# Developer

Cape Town
Goldman Tech Resourcing
R300 000.00 - R360 000.00 Per Year

Investment Associate

Cape Town
Mass Staffing Projects
R620 000.00 - R780 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.