Ngabe UMantashe wazama ukudayisa uZuma kwi-EFF?

2016-11-13 16:01

Johannesburg - Kuputshuke ingxoxo kaThuli Madonsela kanye nomholi we-EFF uJulius Malema uveza ukuthi okaMantashe wenza isicelo esikhethekile ngoZuma.

Le ngxoxo yarekhodwa okaMadonsela ngenyanga kaMandulo lapho ayepheka khona uMalema ngemibuzo.

Kule ngxoxo uMalema uthi uGwede Mantashe wamcela ukuba aqinise ekucindezeleni uMengameli uJacob Zuma ukuze asiyeke isivumelwano se-Nuclear.

OLUNYE UDABA:UMantashe uphika eyezingxoxo kwi-ANC ngozongena kwesika- Gordhan

UMalema uthi uNobhala-Jikelele we-ANC wayemncenga ngalolu daba ngesikhathi behlangana ukuzodingida ukubambisana kwamaqembu epolitiki ngemuva kokhetho loMasipala baseKhaya.

"Sasikhuluma ngokusebenza ngokubambisana kwamaqembu ahlukene ngemuva kokhetho futhi nganginomhlangano noGwede eyedwa." 

UMalema uthi uGwede uyena owabacela ukuba babeke udaba lwe-Neclear njengoba babezonikeza i-ANC uhlu lwezinto abazifunayo ukuze basebenze ngokubambisana.

Le ngxoxo efungelwe yathathwa ngesikhathi kusaphenywa ngodaba lokulawulwa koMbusa ngumndeni wakwaGupta, kubika iCity Press

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.