"Ngadlwengulwa yinceku kaNkulunkulu"

2016-05-12 09:59

Durban - Owesifazane uthi wadlwengulwa wumfundisi, indoda ezibiza ngencenku kaNkulunkulu futhi ema epulipitini njalo ngamaSonto ishumeyela inqwaba yabantu.

Lo wesifazane uthe lo mfundisi obneminyaka engu-47 ubudala wamdlwengula ngo-2014 ngesikhathi eye efulethini lao mfundisi eyokwelulekwa.

"Ngesikhathi ngifika efulethini lalo mfundisi wathi nginamadimoni kodwa uyazi uzowakhipha kanjani, wathi angikhumule ukuze ezongcoba isitho sami sangasese."

OLUNYE UDABA:Umfundisi ezinsolweni zokudlwengulela isisulu phezu kwethuna

Lo wesifazane uphinde wathi lo mfundisi wamtshela ukuthi uzosebenzisa isandla sakhe ukumgcoba ngowoyela esithweni sakhe sangasese kodwa wagcina ngokumdlwengula.

"Angizange ngibikele muntu ngesigameko ngoba lo mfundisi wangisabisa ngokungibulala uma ngike ngabika ngodaba," kusho lo wesifazane etshela iDaily Sun.

Unkosikazi walo mfundisi uthe wathutha efulethini ngemuva kokumbamba eqhoqhobele owesifazane wasebandleni kulo ifulethi. Waphinde wasooa lo mfundisi ngokudlwengula amadodakazi akhe amabili, eneminyaka engu-8 neneminyaka engu-17 ubudala.

Okhulumela amaphoyisa aKwaZulu-Natal uMajor Thulani Zwane uthe amaphoyisa aphenya icala lokudlwengula kdwa bekungakaboshwa muntu.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.