'Ngeke inqandeke i-HIV uma zivalelwa ngaphandle izitabane'

2016-07-21 08:06

Durban - USir Elton John ukholelwa ukuthi ukubhebhetheka kwe-HIV ngeke kunqandeke ngaphandle uma kule mpi kungafakwa zonke izinhlobo zabantu – okubalwa kuzona nezitabane.

“Abekho abantu okumele bashiywe ngaphandle.” Kusho lo mculi etshela izintatheli ngoLwesithathu eThekwini.

“Izitabane ziyabandakanyeka kulolu bhubhane. Yizona ezaqala ukubhikisha zifuna bonke abantu bathole amaphilisi,” kusho uJohn, obehambisana nomyeni wakhe uDavid Furnish.

Funda nalolu daba: Izigebengu zingene ngeveni esitolo sobucwebe zizophanga

UJohn uthe uma kunabantu abavalelwa ngaphandle, bazothola indlela yokusukuma balwele amalungelo abo nenkululeko.

“Ngizozilwela izitabane. Inhlangano yami izozimela, iwavikele amalungelo ezitabane,” usho kanje.

Health-e News

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.