Ngeke lubekezelelwe udlame - Vavi

2018-04-25 11:04

UNobhala Jikelele weSaftu, uZwelinzima Vavi, uthe akukho sisebenzi esikhethe ukungabi yingxenye yesiteleka sangoLwesithathu esizosatshiswa waphinde wagxeka labo abagqugquzela udlame.

Le nyunyana yabasebenzi kulindeleke ukuba ihole izinkulungwane zabantu emamashini abanjelwe emadolobheni amakhulu kuleli okubalwa iGoli, iKapa, iTheku neBloemfontein.

Le mashi kuhlelwe ngayo ukufakela uhulumeni ingcindezi yokuthi angayiphasisi eyomthetho sivivinywa wokuthi abantu baholelwe okungenani u-R20 ngehora.

UVavi uthe udlame ngeke lubekezelelwe futhi aludingeki.

OLUNYE UDABA: Iyaqala imashi yeSaftu ezweni lonke

"Iningi labantu elifonela abaphathi balo liqambe amanga okuthi imashi inodlame bazama ukubeka izaba zokuthi bangathethiselwa ukuthi abezanga emsebenzini noma kubonakale ukuthi babe yingxenye yemashi elwela amalungelo abo.

"Yingakho beqamba amanga bethi bayasatshiswa uma bengeyona ingxenye yesiteleka."

I-EFF neRight2Know nabo bacele amalungu abo ukuba aphume ngobuningi bawo ajoyine lo khukhulelangoqo wesiteleka.

Udaba oluphelele lapha.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.