Ngeke siphinde sibe nenkinga yokuhamba kukagesi - Zuma

2016-05-06 16:02

Johannesburg – Ukucinywa kukagesi ngezigaba ngeke kuphinde kwenzeke kuleli, kusho uMengameli Jacob Zuma, ekhuluma nezisebenzi zakwa-Eskom eMegawatt Park, eGoli.

UZuma utheleke ephahlwe abaqaphi kanye namaphoyisa ngesikhathi ehambele kula mahhovisi.

Kulindeleke ukuba ahambele iSouth African Airways (SAA) ngokuhamba kosuku.

OLUNYE UDABA: Akukho ukucinywa kukagesi okulindelekile - Eskom

Ngesikhathi ethula inkulumo ebhekiswe esizweni ngoFebhuwari, uZuma wamemezela ukuthi uhulumeni uzokweseka izinkampani ezingaphansi kukahulumeni kwenziwe nezinguquko ezizosheshisa umsebenzi.

U-Eskom ne-SAA bake babhekana nezingqinamba ezinkulu kulezi zinyanga ezedlule.

Kuzokhumbuleka ukuthi ngobusika obedlule bese kuyingxenye yempilo ukucima kukagesi.

“Sengizifikele mathupha ngabona ukuthi ngeke siphinde sibe nenkinga yokucima kukagesi,” kusho uZuma.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.