Ngicabanga ukuthi uDumi wayazi ukuthi usezoshona - Simphiwe Ngema

2018-01-25 18:00

Johannesburg -  Sekuphele izinyanga ezinhlanu selokhu kwadutshulwa kwabulawa umlingisi uDumi Masilela esigamekweni sokuzama ukumduna imoto eTembisa.

Kamuva nje umfelokazi wakhe, uSimphiwe Ngema, uvulele abephephabhuku iTrue Love isifuba mayelana nezinsuku zokugcina zomyeni wakhe.

Lo mlingisikazi uthe uyacabanga ukuthi uDumi wayazi ukuthi uzoshona maduze. 

"UDumi washona ngoLwesithathu kanti futhi ngicabanga ukuthi wayazi ukuthi usezoshona."

OLUNYE UDABA:IZITHOMBE: Isiqephu sokugcina sikaDumi Masilela kuRhythm City

"Sasihlezi egumbini lethu lokulala ngesikhathi ethi kimina, 'sithandwa sesidlule ezikhathini ezinzima kodwa sisabugcinile ubudlelwano bethu'," esho etshela leli phephabhuku.

USimphiwe uphinde wathi uDumi waqala ukwenza izinto ezingaqondakali kwangathi ungomunye umuntu, uthi yilapho-ke abona khona ukuthi kukhona okungahambi kahle ngomyeni wakhe.

"Wayengasangikhulumisi okuyinto eyayixaka, kodwa sesilala, wangibamba wangiqinisa. Ngesikhathi ngimbuza ukuthi kwenzenjani, akazange aphume nampendulo."

UDumi washonela esibhedlea saseTembisa kulandela ukudutshulwa yizigebengu ezazizama ukumduna imoto yohlobo lwe-VW Golf GTI 7 kuleli lokishi.

 - INSTAGRAM:

A post shared by Simphiwe Ngema (@simzngema) on

Sometimes It's just hard to believe.

A post shared by Simphiwe Ngema (@simzngema) on

Remember the love not the loss. Hardest thing I've ever had to do.

A post shared by Simphiwe Ngema (@simzngema) on

 - Drum

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.