Ngikwazi kahle ukulala ngidle amathambo enja - Trevor Noah

2016-12-02 16:01

Cape Town – Usomahlaya wakuleli odume umhlaba wonke, uTrevor Noah, ube nengxoxo nentatheli esimkatshubomvu, uChristiane Amanpour, we-CNN, nalapho ekhulume khona ngokukhula kwakhe ngesikhathi sobandlululo.

Uveze ukuthi kwaba nesikhathi lapho umndeni wakhe owawuqhatha usizi ngale ndlela yokuthi kwakudingeka ukuthi badle amathambo (amathambo asetshenziselwa ukwenza ukudla kwezinja, hhayi ukudla okungamathambo enja).

OLUNYE UDABA: Izinto eziyishumi okumele uzazi ngoTrevor Noah

Kule ngxoxo, uNoah uchaza ngobunzima bokungakwazi ukuchitha isikhathi nabazali bakhe ngenxa yokuqina kwemithetho kahulumeni wobandluluo eyayingavumeli ukuhlangana kwezinhlanga ezihlukene.

Uthi wayengaqondi ukuthi kungani abazali bakhe babezama ukufihla ukuba ndawonye emphakathini kanye nokuthi kungani ubaba wakhe ayembalekela uma emkhalela ngoba engafuni ukuthi kubonakale ukuthi yingane yakhe.

Nansi ingxenye yengxoxo yaTrevor Noah ne-CNN:

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.