Ngingabulawa noma inini – Kusho ikhansela Elisha elizimele

2016-08-11 13:30

Durban - UPetros Nxumalo, osanda kukhethwa njengekhansela elisha ku-wadi 4 eNtshanga uthi usabela impilo yakhe, kubika iThe Mercury.

UPetros ongumshana walowo owayeyimeya yeTheku uJames Nxumalo wayeyilunga le-ANC futhi eyiqabane, uthi impiloyakhe yonke uyinikele kwezombusazwe.

Uthi umndeni wakhe kudala umxwayisa ngokuthi ayeke ipolitiki kulandela ukusongelwa.

UNxumalo wakhetha ukungenela ukhetho ezimele ngemuva kokuthi aphakanyiswe umphakathi wangakubo.

“Abadala ekhaya bangitshela ukuthi ngiyiyeke ipolitiki, kodwa yinto engakhula ngayo futhi sengizinikele ekuthengi ngizofela kuyo,”kusho yena.

– "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.