Ngisakholelwa kwi-ANC - Motlanthe

2017-09-20 16:00

Johannesburg - Lowo owayengumengameli wezwe, uKgalema Motlanthe, uthi usazoyivotela i-ANC‚ nakuba le nhlangano ebusayo isiphumile endleleni.

UMotlanthe ubekhuluma ohlelweni luka-Eusebius McKaiser kwi-Radio 702 ngoLwesithathu ekuseni.

“Ngizoyivotela i-ANC ngoba ngiyakholelwa kuyona. Leli yiqiniso elimsulwa. Kuzomele ukuqonde ukuthi kune-ANC bese kuba nobuholi be-ANC ezigabeni ezahlukene‚” esho.

UMotlanthe uthe ubuholi bamanje buzenzele phansi kakhulu, waphinde wagcizelela ukuthi abantu bazoyiyeka i-ANC uma ingashintshi ukwenza.

OLUNYE UDABA: Kuthungathwa ogwaze wabulala umakhelwane ngenxa ka-R25

“Uma abavoti beyibona into eyenzakalayo ngendlela engiyibona ngayo, bazobaleka (bangayivoteli-ANC).”

UMotlanthe ukholelwa wukuthi njalo uma kukhona ifu elimnyama eligubuzela uMengameli Jacob Zuma kuphazamiseka izinto ezibalulekile okumele izwe libhekane nezo.

UMotlanthe uthe "izenzo eziphambene nomthetho" zikaMengameli kumele kubhekwane nazo ngendlela efanayo neyamakhansela noma ezinye izikhulu ezikhethiwe.

 - Sowetan Live

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.