"Ngiyaziqhenya ngendlela engikhule ngayo ingivule umqondo yangifundisa nobudoda ngimncane"

2016-05-26 13:29

 Dear Mhleli,

Uyibekileke lapho mayelana nokuthi Isimo okhulele ngaphansi kwaso asichazi ukuthi uzophelela kusona, ngibona ngami ngakhulela ekhaya elihlwempu okwenza ngize ngiyeke isikole ngifunda ustd-6 ukuze ngizamele wonke umuntu osekhaya ukuthi kudliwe nababengilandela ngemuva bafunde.

Kwakunzima kakhulu ukunakekela umndeni kuleminyaka enganginayo ngaba udaka-boy ngasuka lapho ngeza eGoli ngidayisa iphepha ngihola imali engu-R100 ngesonto kodwa yayiningi kunokungatholi lutho. Ngasuka lapho ngabuyela kwelakithi eMnambithi lapho ngazidayisela khona ama-snacks namakhekhe ngadlula lapho ngaya ku-Illing Road ngayodayisa izithelo erenk iminyaka emihlanu nalapho ngangahlala ngenza izincwadi zokushayela kodwa ngazitshela ukuthi angisoze ngayishayela itekisi. Kuningike okuhle nokubi engasengikubonile okwangenza ngixolise ematekisini.

Ngaqeda ukuthola izincwadi zokushayela ngabuyela eJozini ngo-2008 ngafike ngenza khiona ipassport kwalapho ngangizicabangela ukuzenza zonke lezinto, akekho owayengitshela ngazo.

Ngawo unyaka ka-2008 ngaqashwa kwinkontilaki ngasebenza unyaka owodwa ngase ngisebenza kwenye inkampani ngithutha impahla i-Afrika yonke yaqala yasebenza nepassport yami.

Ngayeka kuleyo nkampani ngo-2012 ngaqashwa kwenye futhi ngayeka kuyo ngo-2014 ngase ngingena kule engikuyo manje.

Kubobonke ubunzima engadlula kubo ungaphika uma ungabona ekhaya, abantu babesihleka ngonyaka ophelile, ngikwazile nokuthenga imoto.

Ngiyaziqhenya ngendlela engikhule ngayo ingivule umqondo yangifundisa nobudoda ngimncane, uma ngibuka laba abakhula kahle besihleka ngizwa isono indlela abayiyo.

Kubhala uBongs Hlongs.


Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.