“Ningezi nonke kodwa nize ngobuningi benu”

2018-02-24 11:30

eThekwini - “NINGEZI nonke, kodwa nize ngobuningi benu” lesi isiqubulo esiwundabuzekwayo ezinkundleni zokuxhumana, somcimbi wamahlaya ozobanjelwa eThekwini.

Lo mcimbi owaziwa ngokuthi yiSimphiwe Shembe Comedy Picnic uzokuba ngeSonto epaki lokungcebeleka iBotanical Gardens.

Kuzobe kuboshwe ngoSomahlaya abathandwa kakhulu eThekwini abafana nokhumba, Felix Hlophe, Justicre Kubheka, Sfiso Nene.

OLUNYE UDABA: Kungenwa mahhala emcimbini ozobe ubophele ngoKhuli Chana nabanye eThekwini

Yize kungumcimbi wamahlaya, kukhona nabo-DJ abathandwayo abazobe bekhona ukuzonandisa okubalwa kubo uDj Tira ,Mondli NGcobo,Dj Happy gal kanye nabanye.

Sekungunyaka wesithathu kwasungulwa lo mcimbi kanti okuthokozisayo wukuthi ubonakala ukhula ngesivinini minyaka yonke

Amathikithi alo mcimbi asatholakala e-Computicket ngo-R180 ajwayelekile, esangweni azobe etholakala ngo-R200.

Amathikithi omtakabani wona abiza u-R400, kunxuswa abantu ukuthi bangazithengi izinto ezisemabhodleni njengoba engavumelekile amabhodlela kulo mcimbi.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/World
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.