"Njengonkosikazi uyathandaza, upheke uphinde umdansele umyeni wakho"

2016-07-04 20:31

jJohannesburg - Ngemuva kweminyaka engu9 bashada umculi wokholo uSfiso Ncwane nonkosikazi wakhe u-Ayanda Ncwane badalule ukubaluleka kokuvuthisa ilangabi emshadweni.

Lesi sihlabani somculo weGospel sitshele abephephabhuku iDrum ukuthi, umthandazo, ithemba, ukholo nokuhlale nisondelene emshadweni kudlala indima enkulu.

OLUNYE UDABA: Akuyona imfihlo ukuthi uSfiso Ncwane wathwala ngathi

Nokudla omndani akusali.

U-Ayanda utshele leli phephabhuku ukuthi njengonkosikazi , ukupheka akusikho kuphela okwenzayo.

"Uyathandaza, uyapheka uphinde udansise izinqa, udansela umyeni wakhe. Kufanele adanselwe ekhaya umyeni wakho. Nakuba ngingunkosikazi angeke ngikwazi ukuyeka ukuba yintombi. Uma sivala isivabha sekamelo, akusiso isikhjathi sokuthandaza. Kubaluleke kabi ukubambana lokho nje "akugeji","usho njalo.

U-Ayanda uphinde wathi nakuba abalandeli abangabantu besifazane babuye baphazame - abasiyo inkinga kuye.

 


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.