Ntsiki Mazwai: Abantu abamnyama bayiziwula

2017-02-02 16:16

Johannesburg - Isihlabani somculi saphesheya, uBeyonce Knowels simemezele ngokuthi sizithwele kanti futhi sizothola amawele (izolo) ngoLwesithathu.

Lezi zindaba ezinhle zisabalale ngokushesha ezinkundleni zokuxhumana, abantu bejabula abanye bethumelela lo mculi imiqhafazo yokumbongela.

Yize kunjalo, uSonkondlo, uNtsiki Mazwai uthi akayiboni into ejabulisa abantu ngale ndlela.

"Njalo uma kukhona akwenzayo uBeyonce...kuvele kungicacele ukuthi abantu abamnyama bayiziwula kangakanani nokuthi babathanda kangakanani osaziwayo," kusho uNtsiki kuTwitter.

Lo sonkondlo uqhube ngokugxeka abezindaba ngokudidisa abantu ikakhulukazi ezintweni ezibaluleke ngaphezu kodaba lokukhulelwa kukaBeyonfce.

Twitter:

 - Daily Sun

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.