Obebanjwa inkunzi umangaze izigebengu ekhipha isibhamu

2016-07-28 14:32

Durban – Indoda egwaziwe yabanjwa nenkunzi imangaze izigebengu ngesikhathi idubula ibulala esinye sezigebengu yalimaza esinye, kusho amaphoyisa ngoLwesine.

Ngokusho kokhulumela amaphopyisa uLieutenant Colonel Thulani Zwane le ndoda ibihamba kuGladys Manzi Street eGreyville ngesikhathi ihlaselwa.

OLUNYE UDABA: Kudutshulwe isigebengu ebesibamba inkunzi ngesethoyizi

"Abasolwa bakhiphele le ndoda iimimmese bayigwazwa ehlombe ngaphambi kokuyibamba inkunzi, beyiphuca iselula nowallet. Umsolwa wakwazi ukukhipha isibhamu sakhe esingekho emthethweni wadubula wabulala umnsolwa oyedwa walimaza omunye engalweni."

UZwane uthe umsolwa, 26, nommangali e bahanjiswe esibhedlela beyolashwa.

"Iselula kammangali nowallet wakhe kutholwe endaweni yesigameko."

uzwane uthe kuvulwe amacala okuphanga nokuhlasela nedokodo esitehisni samaphoyisa aseThekwini ukuze kuzophenywa.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.