Video: Obeshumayela uhluthuke inhliziyo ephikiswa abagibeli

2016-05-10 08:35

Soweto - Umfundisi obeshumayela ebhasini ugcine esehluthuka inhliziyo wagcina esekhuluma kabi ngesikhathi abagibeli belokhu bemtshela ukuthi akayeke ukushumayela amanga.

Ukuhilizisana ngamazwi kwenzeke ebhasini likaPutco ebelisuka eSandton libheke eSoweto.

Okucasule abantu ukuthi lo mfundisi athi uNkulunkulu akaphoqelekile ukuba ahloniphe abantu, ecaphuna amazwi eBhayibheli abeliphethe.

“UNkulunmkulu akasihloniphi, akaphoqelekile ukuba asihloniphe,” kusho umfundisi ngaphambi kokuba owesifazane asukume amphikise.

Funda nalolu daba: Kuyaqhubeka ukuthungathwa kwabamuke eKZN

Umfundisi ubesethethisa lona wesifazane, wambuza nokuthi uyakholwa yini.

Nabanye abagibeli balekelele lona wesifazane wagcina esehluthuka umfundisi, esho nokuthi abantu besifazane kumele bathobele amadoda, bangakhulumi noma ikanjani nawo, kubika iSowetanLive.

Umfundisi ubelokhu ethi: “Uwumfazi into oyiyo.”

Buka i-video ngezansi

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.