Obeyi-CEO ehhovisi loMvikeli woMphakathi useqashwe yi-DA - Umbiko

2016-11-03 19:30

Durban - Osanda kusula esikhundleni sokuba yi-CEO ehhovisi loMvikeli woMphakathi kuthiwa useqashwe inhlangano i-DA, kubika iCitizen.

NgoLwesithathu kuphume umbiko wokuthi ihhovisi likaMvikeli woMphakathi selikuqinisekisile ukuthi wesulile esikhundleni sakhe u-Advocate Louisa Zondo obeyisikhulu esiphezulu. 

Okhulumela ihhovisi likaMvikeli woMphakathi uKgalalelo Masibi utshele iNews24 ukuthi uZondo ufake incwadi yokwesula kwakhe, wakhala ngezizathu ezithinta impilo yakhe yangasese.

OLUNYE UDABA:Wesulile esikhundleni obeyisikhulu esiphezulu kwelikaMvikeli woMphakathi

Ngakolunye uhlangothi, usomabhizinisi uBo Mbindwane ushukumise izinkundla zokuxhumana ngemininingwano ethi unoLwazi lokuthi uZondo uqashwe yi-DA.

Ngokusho kwalo somabhizinisi uZondo uthole isikhundla sokuba iStrategic Executive Head kanti uzobe esebenza nososwebhu waleli qembu eTshwane.

Lokhu sekuvele kwasusa okukhulu ukukhuluma njengoba abantu sebesola ukuthi leli hhovisi belivele lilawulwa ondlebe zikhanya ilanga.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.