'Ochithwe' ompetha be-PSL uthi akalazi iqembu azolijoyina

2017-06-04 15:26

Johannesburg - Umdlali weBidvest Wits osezolishiya leli qembu, uJabulani Shongwe, uthi namanje akazi ngekusasa lakhe kodwa uzokhetha iqembu azothola kulona amathuba.

NgoLwesine amaClever Boys adalule ukuthi asethathe isinqumo sokungayivuseleli inkontileka yalo mdlali oneminyaka engu-27 ubudala.

UShongwe, ongazange adlale emidlalweni yeligi ngesizini ephelayo, usekhululekile ukuba angajoyina noma yiliphi iqembu alithandayo.

OLUNYE UDABA: UMashaba neSAFA bafinyelele esivumelwaneni

Kunemibiko uthi amaqembu amakhulu kuleli afana neKaizer Chiefs, Orlando Pirates neSuperSport United angase amsayinise lo mdlali waseMalahleni, kodwa isinqumo ubengakasithathi.

"Okwamanje angazi ukuthi ngiyaphi,” kusho uShongwe etshela iKickOff.com.

"Kungase kube yiPolokwane City noma elinye lamaqembu, kodwa kumele kube yiqembu elinempilo. Ngesizini ezayo ngizodlala lapho kunempilo khona.”

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.