Odilikajele ababili kolahlwe amacala okudlwengula indodakazi

2016-05-05 16:01

Kroonstad – Indoda eneminyaka engu-38 ubudala, eyadlwengula indodakazi yayo angayizali eneminyaka engu-9 ubudala, ugwetshwe odilikajele ababili yiNkantolo yesiFunda yaseKroonstad.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Stephen Thakeng uthe: “Ngomhlaka-15 Disemba 2013 le ngane yayikubo ngesikhathi ubaba wayo ongayizali eyicindezela embhedeni wase eyayidlwengula.”

Kuthiwa le ngane yatshela amaphoyisa ukuthi le ndoda yaqala ukuyidlwengula ngo-2010.

OLUNYE UDABA: Ugwetshiwe osolwa ngokhulelisa indodakazi yakhe

UThakeng uthi le ndoda yabe isiboshwa, yase idedelwa ngebheyili.

Ngo-Okthoba 2014 yaphinde yadlwengula le ngane futhi ibuya esikoleni, kubika i-African News Agency.

“Ummangalelwa wayengaphandle ngebheyili ngesikhathi edlwengula le ngane,” kuqhuba uThakeng.

Le ngane yabe isibikela umama wayo ngokuthi ubaba wayo uphinde wayidlwengula futhi.

kwabe sekubikelwa amaphoyisa, ummangalelwa zamkhalela kanjalo.

 

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.