Odilikajele abangu-28 neminyaka engu-538 kumaligaju

2016-04-04 18:19

Pretoria - UPeter Dashboy Khoza ugwetshwe odlilikajele abangu-28 ebhadle ejele ngecala ngalinye lokudlwengula eTembisa nase-Olifantsfontein emnyakeni emine edlule.

uKhoza ugwetshwe eminye iminyaka engu-538 ejele ngamanye amacala okubalwa kuwo elokuthumba nokushaya izingane ayezidlwenula namanye amacala.

IJaji u-Eben Jordaan uthole uKhoza enamacala angu-139 eNkntolo eNkulu yaseGoli ngoMsombuluko.

OLUNYE UDABA: Uvelile umalugaju waseKZN enkantolo

UKhoza oneminyaka engu-46 ubudala waboshelwa amacala angu-28 okudlwengula, amabili okuzama ukudlwengula, angu-45 okuthumba, angu-17 okushaya ngenhloso yokulimaza, angu-9 okushaya, angu-18 okuhlukumeza ngokocansi, angu-16 okuphoqa ingane ukuba ibuke ezocansi namane okweba.

La macala wawenza phakathi kwa-2007 no-2013 ezindaweni zasePitoli. UKhoza wayedlwengula izingane zamantombazane ezincane ezineminyaka engu-9 ubudala ezibizela emahlathini afike azibophe iznadla azidlwengule ezinye


Wonke lamacala uzowadonsa kanye kanye ejele, kubika iTimesLive.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.